Mnelisi umuthi wenzani. Uyangena emithini yokubethela ekhaya. uyangena kwizikhafulo, uyangen...
Mnelisi umuthi wenzani. Uyangena emithini yokubethela ekhaya. uyangena kwizikhafulo, uyangena kwidliso locansi nakwisibambelelo. 1K subscribers Subscribe umdoni isihlahla sezindoni umdoni umuntu wenzani? umdoni uyangeni emithini yedlozi uyangeni emithini yokukhipha idliso, elinye igama lomdoni udlozikhulu umuthi ngoba usebenza impela emithini Yini ubulibanzi? ubulibazi umuthi lapho ufuna ukuvala isibhamu khona uyangena futhi lomuthi. Siyangena Jundumlahleni umuthi mlahleni umuthi uyangeni emthini wecala. uyangena emithini yokucupha ithuna kanye nesidumbu lapho Zula-ayithole / zulazayithole umuthi Zula-ayithole / zulazayithole wenzani Umthole uyangena emthini wokuqonywa. Siyangena kwigobongo, Siyangena emthini wokuvula izinto zakho ezivalekile. umzunywa ungena nakulemithi: umvuthuza umvuthuza umvuthuza umuthi wesizulu osetshenziselwa izinto eziningi, uyawuhlanganisa nesiqungwa uphalaze ukhiphe idliso nakho konke okungasile ngaphakathi, lomuntu uyatshaleka Umampunzana wenzani umsebenzi wawo? Umampunzana umuthi wenhlanhla uma ufuna ukuba nenhlanhla ulungelwe izinto uyawuthaka neminye imithi Umampunzana ngithi lendunku iyasebenza umanyazini wenzani umanyazini Umanyazini? uyini umanyazini? elinye igama likamanyazini u dabulibhayi, umanyazini akuwona umuthi wesizulu kodwa yi chemical ngesingisi ebizwa nge silephe or slephe umuthi silephe or slephe wenzani uyangena emthini wokuhlonishwa, uyangena emithini yokugcaba amalunga omzimba ukuze uziqinise kubathakathi. uyangena emthini yokuvikela sehlulamanye umuthi sehlulamanye wenzani uyangena emithini yeziduna ebusweni, uyangena emithini yokuthandeka, siyangena emithini yokuqonywa kubantu besilisa nokushelisa kubantu besifazane. Uyangena Ngibonisele umuthi osebenza ukuhlambulula idlozi , wenza idlozi likhulume kodwa uthakwa neminye imithi. umayisaka mluthe umuthi mluthe wenzani umlutho umuthi uyathakwa nentelezi yokuchela egcekeni.
fj8
0qi
csqq
7mf
qa2